Yengwa

Izithakazelo zakwa Yengwa

Gwamanda
Sochumase
Sondindi kandaba
Wena owehla ngobambo wabambela umbu wamaphela nezimpukane athi amaphela uma usuhlome ukhezo sizokhotha
Gwamanda omhlophe omnyama ngoba ethanda
Wena owehla ngotenga wabambelela qabe lafikat mumva amanye esefikile ugwamanda akangakanani ngoba nasentendeni yesandla uyahlala
Wena wako mthonzima pho yini sikhala ngoba niyamazi nje

Izithakazelo zakwa Yengwa

Umlando wakwa Yengwa

Umlando waka Yengwa asikabi nawo. Uma ngabe kukhona okwaziyo ngomlando wakwa Yengwa besicela usazise ngokushiya i’comment ngezansi. Singalujabulela kakhulu ulwazi lwakho.

Sihwebelana ngolwazi (Sharing is caring)

👉🏾 Izithakazelo nomlando wakwa Gwamanda 👈🏾

1 thought on “Yengwa”

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *