Thabethe

Mbizane
Deyi
Mawongo
Nondzala Ngxambhashe
Gema Mtheku
Mchukama
Sosibo Mvundula Mshingila
Lwandle olungawelwa luwelwa izinkonjane kuphela
Nyama kawushi usha ngokuphephezelwa kuphela
Mntunzi wokuphumula zonke izintlikintlikana
Thabethe
nina enihlamba ngobende abanye behlambha ngodaka
Kopikahle
Mntondo onethusi
Nzululeka
Nyawo ezimhlophe, Chophe engachophile

Umlando wakwa Thabethe

Umlando waka Thabethe asikabi nawo. Uma ngabe kukhona okwaziyo ngomlando wakwa Thabethe besicela usazise ngokushiya i’comment ngezansi. Singalujabulela kakhulu ulwazi lwakho.

Sihwebelana ngolwazi (Sharing is caring)

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *