Sibeko

Izithakazelo zakwa Sibeko

Maziya,
Gembe, Mkhabela,
Mcusi omhlophe izandla nezinyawo,
Wena wenjiki emnyama yasoHlelo,
Wabona ngani ukuthi injiki iwelile?
Wabona ngamanzi ukudungeka,
Wena wekunene wanginika ugaba,
Zaba mbili saphulelana!

!<– wp:heading –>

Umlando wakwa Sibeko

Umlando waka Sibeko asikabi nawo. Uma ngabe kukhona okwaziyo ngomlando wakwa Sibeko besicela usazise ngokushiya i’comment ngezansi. Singalujabulela kakhulu ulwazi lwakho.

Siwabelana ngolwazi (Sharing is caring)

1 thought on “Sibeko”

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *