Shoba

Izithakazelo zakwa Shoba

Mwelase
Mpikela
Nongedla
Ntshonondo
Ndumela
Mkhithika
Mjakada
Nowanqa

Abanye bazisho kanje

Kukhona oMwelase, oMjakada, kanye noMbanzeni
Ngaphansi kukaMwelase kubuye kubekhona oNtshonondo, oNongedla, kanye no Nongalo bobathathu baphuma ku Mpikela

Mwelase, Ongawelanga ngazibuko owawela ngezimpambosi zomfula
Mpikela, ngokuphikelela ondizelephezulu okwezinkonjane
Nongedla
Ndumela, ngokugwaza amadoda nabafokazana, Unhlangothi zibomvu zimanxebanxeba
Mkhithika, onjengezulu
uMathumba Nduna ziya koNkosi
uMagadl’eguqile njengethole
uMgobodi ovele ngamadlebe phezu kwentaba

Umlando wakwa Shoba

Umlando wakwa Shoba besingakabi nawo, uma ngabe unolwazi ngomlando wakwa Shoba besicela ushiye i-comment ngezansi.

6 thoughts on “Shoba”

  1. Hi Musa
    I am originally from KwaMhlanga Mpumalanga. Ngikhuluma Isindebele.
    I was told by my dad that Shoba is from Zulu nation which mean is from KZN.

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *