Shezi

Izithakazelo zakwa Shezi

Dlaba,
Shukulas’, Mnomiya, 
Dludle,
Dludl’owadl’imihlambi yamadoda,
Wadl’izinkomo zamaNdebele,
Oyodl’ezikaDlaba uyoceba,
Dlab’ akadleli phansi, 
Udle’ edlodlweni,
Abanye bedlela phansi,
Mavulane owavul’ iNkandl’ivaliwe,
Mchube, Mlotshwa,
Wena kaLumbazo, kaZokufa,
Sigananda phum’eNkandla!

!<– wp:heading –>

Umlando wakwa Shezi

Umlando waka Shezi asikabi nawo. Uma ngabe kukhona okwaziyo ngomlando wakwa Shezi besicela usazise ngokushiya i’comment ngezansi. Singalujabulela kakhulu ulwazi lwakho.

Siwabelana ngolwazi (Sharing is caring)

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *