1 thought on “Shazi”

  1. Izithakazelo zakaShazi
    Shazi owawel’iHlimbithi (uMvoti)
    abanye bengesheya, waling’okaMalinga kwathiwa abakhulu labo, oBhayeka, Zindela, Bombo, Bhangubhangu, mkhonto kawukhumuki, wen’osengisithole singenankonyane, kawunukwanga muntu kepha wanukwa ngabahambi bendlela, Stoyi, Mathetha, Mgedezi, Malinga, Ncabakhulu, Nodlunge, hlun’ehlophe…

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *