Shange

Izithakazelo zakwa Shange

Dumakude,
Mdima,
S’bhodla bakhothe umlomo abafokazane, 
Mfazi omabelemade, 
Oncelisa ingane ngaphesheya komfula,
Wena ogeza ngensipho kapondo,
Mathanga abushelelezi angenangqwayimane, 
Phangandawo,
Nojoma, 
Owaduma ngomlenze abanye beduma ngensonyama!

!<– wp:heading –>

Umlando wakwa Shange

Umlando waka Shange asikabi nawo. Uma ngabe kukhona okwaziyo ngomlando wakwa Shange besicela usazise ngokushiya i’comment ngezansi. Singalujabulela kakhulu ulwazi lwakho.

Siwabelana ngolwazi (Sharing is caring)

1 thought on “Shange”

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *