Nzimande

Izithakazelo zakwa Nzimande

Mphephethwa
Mdluli
Ngwekazi
Gwala
Mancama ngesinkwa esikhulu
Wena owasukela isigodo simuka ngomfula uthi inyama
Manda kulandulwa
Vilakazi
Xamu odla ngomsingazane
Mhlandla
Nomandla
Majiya
Mangqingqingqi
Mdlovu
Nyawo zimhlophe njengezihlabathi zolwandle
Wena kamabathabatha
Gqawu
Shebe
Nozulu

Izithakazelo zakwa Nzimande
Izithakazelo zakwa Nzimande

3 thoughts on “Nzimande”

  1. Thokozile naNzimande Ndwalane

    Nami ngazi kanjalo kshuthi bayahlonipisa,nokuthi bathi abaningi muphephethe kanti mina ngazi umphephethwa ksamele kucaciswe lapho wena wakithi.

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *