Nyandeni

Izithakazelo zakwa Nyandeni

Nyandeni
Mashobana
Vumisa kaNgono
Khukhuza kaNgonyama
Zingwe zimbili ezalwa zabulalana kwaNtaba Ntshanini
Ngwadla phakela izigqala zakwaLibose
Wena waseNdinaneni

Izithakazelo zakwa Nyandeni
Izithakazelo zakwa Nyandeni

1 thought on “Nyandeni”

  1. Nyandeni ompofu kaMashobane
    Ophuza’manzi ngokuwabona
    Engawaboni akomi
    Vumisa kaNgono
    Shobane owagaqa ngamadolo aze aphocuka
    Khukhuza kaNgonyama
    Gasela kaNyandeni
    Zingwe zimbili ezalwa zabulalana kwaNtaba Ntshanini
    Engani zaziphakelwa ndawonye
    Ngwadla phangela iziqgala zakolibose

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *