Ntsele

Izithakazelo zakwa Ntsele

Ntsele kaLinda Mkhonto
Owalinde Sizungwini
Mthwalo wensimbi
Bayisonge bayenzumqhele
Nsele yenduna
Nina bakwaSiziba silala ingonyama
Madelisidumb adlumlenze
Athi amagwala azambalekele
Nina bakaLutholwa
Zingakatholwa zonkeizizwe
Ninenabambingonyamaizwa
Naxoshiswa ngezinkomo
Zwane
Mthanti

Izithakazelo zakwa Ntsele
Izithakazelo zakwa Ntsele

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *