Ngema

Izithakazelo zakwa Ngema

Mngadi, 
Madlokovu, 
Ntusi yenkomo, 
Nene, 
Wena nasentendeni yesandla uyanela, 
Muji, 
Sthenjwa, 
Madlokov’esengweni, 
Sabel’uyabizw eNkonjeni ubizwa abamhlophe ukuzokhuluma ngomhlabathi wakini kaMalandela, 
Sthuli sasengweni!

!<– wp:heading –>

Umlando wakwa Ngema

Umlando waka Ngema asikabi nawo. Uma ngabe kukhona okwaziyo ngomlando wakwa Ngema besicela usazise ngokushiya i’comment ngezansi. Singalujabulela kakhulu ulwazi lwakho.

Siwabelana ngolwazi (Sharing is caring)

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *