Nene

Izithakazelo zakwa Nene

Sthenjwa, 
Vezi , 
Nqoyi, Mngadi, 
Ngema,Madlokovu, 
wena waseNgweni, 
Ntusi yenkomo, 
Goda elimnyama elihamba libahila amanqina namaqakala, 
wena wasemfule, 
Sithuli sasengweni esingasho lutho kumuntu, 
Mathanga akahlangani ahlangana uma ebona umyeni,
Mashiya amahle ngathi azoshumayela, 
Madlokovu kangakanani ngoba nasentendeni yesandla uyanela!

!<– wp:heading –>

Umlando wakwa Nene

Umlando waka Nene asikabi nawo. Uma ngabe kukhona okwaziyo ngomlando wakwa Nene besicela usazise ngokushiya i’comment ngezansi. Singalujabulela kakhulu ulwazi lwakho.

Siwabelana ngolwazi (Sharing is caring)

4 thoughts on “Nene”

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *