Ndwandwe

Izithakazelo zakwa Ndwandwe

Zwide kaLanga,
Mkhatshwa,
Okhabangezinde nezimaqhukubezana,
Nkabanhle, 
Wena wase Gudunkomo,
Wena owasezikhotheni, ezingakhothi ngamlomo, ezikhotha ngomkhonto kaZulu,
Nkomo ayihlatshwa , uyothi ungayihlaba yophe amasi njengo mbhelebhele,
Sandla sivikumkhonto njengehawu,
Hlubi,
Sandla simnene,
Somaphunga, 
Nonkokhel’abantu bahlatshwe njenge zinkomo!

!<– wp:heading –>

Umlando wakwa Ndwandwe

Umlando waka Ndwandwe asikabi nawo. Uma ngabe kukhona okwaziyo ngomlando wakwa Ndwandwe besicela usazise ngokushiya i’comment ngezansi. Singalujabulela kakhulu ulwazi lwakho.

Siwabelana ngolwazi (Sharing is caring)

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *