Ndlovu

Izithakazelo zakwa Ndlovu

Gatsheni, 
Boya benyathi, obusonga busombuluka,
Mpongo kaZingelwayo,
Nina bakwaNdlovuzidl’ekhaya, ngokweswel’abelusi,
Zaze zeluswa intombi uDemazane,
Nina bakwaKhumbul’amagwala,
Nina bakwaDemazane Ntombazana,
Nina bakwaS’hlangu sihle,
Mthiyane,
Ngokuthiy’amadoda emazibukweni,
Nina bakwaMdubusi! 

!<– wp:heading –>

Umlando wakwa Ndlovu

Umlando waka Ndlovu asikabi nawo. Uma ngabe kukhona okwaziyo ngomlando wakwa Ndlovu besicela usazise ngokushiya i’comment ngezansi. Singalujabulela kakhulu ulwazi lwakho.

Siwabelana ngolwazi (Sharing is caring)


1 thought on “Ndlovu”

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *