Ndaba

Izithakazelo Zakwa Ndaba

Mwelase,
Mthiyane,
Mhlungu,
Madela,
Dubazane,
Longode,
Wena ongaweli ngazibuko,
Wela ngezimpambosi zomfula,
Masinga asilele,
Mididwa emnyama,
OMalobola mbiza zawo tshani
Nina enilobola ngezenqele abanye belobola ngezomquba.
Wena owasemhlungwini,Owagaqa wagaqa wathugwazinkomo kanti usegwazumhlana wendoda,
Ahhhhhhh ndabezitha

Umlando wakwa Ndaba

Umlando waka Ndaba asikabi nawo. Uma ngabe kukhona okwaziyo ngomlando wakwa Ndaba besicela usazise ngokushiya i’comment ngezansi. Singalujabulela kakhulu ulwazi lwakho.

Siwabelana ngolwazi (Sharing is caring)

1 thought on “Ndaba”

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *