Msezane

Izithakazelo zakwa Msezane

Mashoba,
Vezi ngokuvez’amanzi,
Wena owaphuma’esiqwini somganu kwaphuz’abafo nabafokazane,
Ntumbese kaPhothela,
Nina besandla esibuyekeyekana,
Skhuba abandi abathekeli,
Nina eningathekeli nto yamuntu,
Nkomo kazephusi zisengwa ubusika nehlobo,
Mgidi kaNgonyama wena ,taba emil’umhlanga,
Nina bentab’ mile ekhanyisel’eNingizimu,
Evimbil’eNyakatho,
Mashob’ezithole!

!<– wp:heading –>

Umlando wakwa Msezane

Umlando waka Msezane asikabi nawo. Uma ngabe kukhona okwaziyo ngomlando wakwa Msezane besicela usazise ngokushiya i’comment ngezansi. Singalujabulela kakhulu ulwazi lwakho.

Siwabelana ngolwazi (Sharing is caring)

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *