Mavundla

Izithakazelo zakwa-Mavundla

Bhembe, 
Mwelase,
Wena kaSnakanaka kaNtendeni, 
Owagedl’umhlanga wawushiyelela,
Nzima, Nhlanganiso, 
Mthimude, 
Wena wakwaGezamhlanga,
Thabekhulu!

1 thought on “Mavundla”

  1. Ngicela ningikhumbuzise isihloko sencwadi eyafundwa umavundla ngonyaka ophelile ngeskhathi Se lock down ngemuva kwencwadi ethi isihlahla sothando, engikhumbulayo ngalencwadi engbuza ngayo yaphela sekuduma ibhasi ekwakumele ligitshelwe owesilisa owayezobheka intokazi wayeyithanda. Ngicela isihloko sayo ngiyi download.

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *