Manyoni

Izithakazelo zakwa Manyoni

Mlotshwa,
Mtuse, Choboza,
Mafuyanduna,
Msuthu,
Vaphi
Madebe!

!<– wp:heading –>

Umlando wakwa Manyoni

Umlando waka Manyoni asikabi nawo. Uma ngabe kukhona okwaziyo ngomlando wakwa Manyoni besicela usazise ngokushiya i’comment ngezansi. Singalujabulela kakhulu ulwazi lwakho.

Siwabelana ngolwazi (Sharing is caring)

2 thoughts on “Manyoni”

  1. Izithakazo zakwaManyoni nazi
    Manyoni, Mlotshwa, Magoba kaZenjani, Mafuyanduna, Mchoboza, Mondli wezishwapha zijike zingamniki lutho, nina enihlwayela ngentwala efusini abanye behlwayela ngamabele, nina enisengela emeveni ngoba esbayeni iyakhaba, ndlovu yendindane eyadlekhaya ngokweswela abelusi, Vaphi Msuthu, msunukazana kasoyosu ngoba nasenkundleni uyawudaceka, phangindawo, vangisa, nkebeza

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *