Manqele

Izithakazelo zakwa Manqele

Duyaza omhlophe njengezihlabathi zolwandle,
Mthonga weNdlovu,
Mpangazitha oziphangayo,
Mtholo,
Mahloko,
Diza kaMatoto,
Mkhawulez’ukuwela,
Mlotshwa,
Mahloko,
Phakathi kaMhawana,
Sgagu,
Khethankomo,
Mfolozi emnyama inkethabaweli,
Sthanda,
Mnkonyeni,
Wena wembange,
Wembangalala kankomo elala kalukhuni,
Mkhutshana kaSodondo kaNcungu,
Thanga limndindi, 
Limndindinini ngokwethekela,
Wena ndlwana ezimbana zikaSomnguni ezimahlikihlikana,
Mkhatshwa,
Nxumalo!

!<– wp:heading –>

Umlando wakwa Manqele

Umlando waka Manqele asikabi nawo. Uma ngabe kukhona okwaziyo ngomlando wakwa Manqele besicela usazise ngokushiya i’comment ngezansi. Singalujabulela kakhulu ulwazi lwakho.

Siwabelana ngolwazi (Sharing is caring)

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *