Makhoba

Izithakazelo zakwa Makhoba

Gwabini, 
Hamashe,
Manzini, Geda,
Ncwane, ngankomo yaseMahenyeni,
Nyama kayishi, isha ngababhebhezeli,
Wena owaphuma ngenoni emgodini,
Sengwayo!

!<– wp:heading –>

Umlando wakwa Makhoba

Umlando waka Makhoba asikabi nawo. Uma ngabe kukhona okwaziyo ngomlando wakwa Makhoba besicela usazise ngokushiya i’comment ngezansi. Singalujabulela kakhulu ulwazi lwakho.

Siwabelana ngolwazi (Sharing is caring)

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *