Makhaye

Izithakazelo zakwa Makhaye

Makhaye,
Shombela!
Mdeke,
Manyawonhle!
Manyawonkulu,
Mangcingcingci,
Mthonjana kawushi,
Nkungwana ezithe ncwelele phezu kwetongwe,
BoMadlul’ithwele, yadlul’ ingathwele!

!<– wp:heading –>

Umlando wakwa Makhaye

Umlando waka Makhaye asikabi nawo. Uma ngabe kukhona okwaziyo ngomlando wakwa Makhaye besicela usazise ngokushiya i’comment ngezansi. Singalujabulela kakhulu ulwazi lwakho.

Siwabelana ngolwazi (Sharing is caring)

2 thoughts on “Makhaye”

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *