Makhanya

Izithakazelo zakwa Makhanya

Gumede,
Wena kaMalandela kaluzumana,
Phakathwayo kaKhondlo kaMncinci,
Osidlabehlezi kaPhakathwayo
Abathi bedlumuntu bemyenga ngendaba, 
Bethi dluya kubeyethwe umakoti ubeyethe kabukhuni,
Wena owabuza intaba ngabomu wathi ntabani leya? 
Zaphendula icathalala zathi “uNgoye Gumede,uNgoye Phakathwayo”,
Wena waseMthandeni ezweni loju nezinyosi,
Mpangazitha ozikhangayo,
Mnguni kaYeyeye,
Khondlo, Khuzwayo,
Wena kaNjakaba kaSophana,
Meseni kaMusi ,
Mkhayiphe kaGodolozi!Email ThisBlogThis!Share to TwitterShare to FacebookShare to Pinterest

!<– wp:heading –>

Umlando wakwa Makhanya

Umlando waka Makhanya asikabi nawo. Uma ngabe kukhona okwaziyo ngomlando wakwa Makhanya besicela usazise ngokushiya i’comment ngezansi. Singalujabulela kakhulu ulwazi lwakho.

Siwabelana ngolwazi (Sharing is caring)

2 thoughts on “Makhanya”

  1. Aybo lezi ezithi Mbidla Somatiti zona kanti awu akenikhulumeni bantu bakwa Makhanya nampa sebewo Qwabe manje

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *