Magwaza

Izithakazelo zakwa Magwaza

Yengwayo!
Njomane kaMgabhi eyaduka iminyaka nyaka yaze yatholakala ngowesinti,
Wena wasemthini emide yaseLangeni!
Njinji !
Mabhulu,
Wen’okajika khothama,
Gidizela!
Wena waMantando,
Manqondo !

!<– wp:heading –>

Umlando wakwa Magwaza

Umlando waka Magwaza asikabi nawo. Uma ngabe kukhona okwaziyo ngomlando wakwa Magwaza besicela usazise ngokushiya i’comment ngezansi. Singalujabulela kakhulu ulwazi lwakho.

Siwabelana ngolwazi (Sharing is caring)

2 thoughts on “Magwaza”

  1. Nondumiso Magwaza

    Isibongo sakwa Magwaza savela kwesakwa Mhlongo. Mhlazane uMakhedama ethatha indodakazi kaQumbumbethe eyenza umkakhe ekubeni bobabili beyimvelaphi yaseLangeni (kwaMhlongo) yilapho ke okwathiwa khona umkhonto usugwaze ekhaya base bemkhipha uMakhedama esibongweni sakwa Mhlongo wabizwa ngo Magwaza ngoba egwaze ekhaya.

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *