Magubane

Izithakazelo zakwa Magubane

Nkomose, 
Dibanto, Jiyane, 
Thole, Sothole 
Snquma, Didiza,
Mzilankatha Ndlandla,
Nhlun’emhlophe egezwa ngobisi
Ithi ingaba bomvu kube eyomlandakazi,
Malinga owalinga amatshe aba zintaba,
Msenganduna namathokazi!

!<– wp:heading –>

Umlando wakwa Magubane

Umlando waka Magubane asikabi nawo. Uma ngabe kukhona okwaziyo ngomlando wakwa Magubane besicela usazise ngokushiya i’comment ngezansi. Singalujabulela kakhulu ulwazi lwakho.

Siwabelana ngolwazi (Sharing is caring)

1 thought on “Magubane”

  1. Similo samankomos Magubane

    KwaMagubane sifunga uDibanto okunguyena olikhanda lakhona owayebamba iqhaza elikhulu ngokuba ngumelaphi wamakhosi asendlukulu wayephinde elaphe impi mayizoyokulwa yayingaphumi ngemumva kwakhe noma kungaphelele kodwa lokhu yiwona mgogodla wethu ngokomlando othinta thina kwaZulu Wabe esephelela eMsinga uDibantu lapho iliba lakhe likhona

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *