Madonsela

Izithakazelo zakwa Madonsela

Mtimande, 
Lubambo lunye,
zingaba mbil’ufuz’ekhabonina,
Masango makhulu nawabantu nawezinkomo,
Nina bakwa Malambule,
Okwathi uMalambule ebanga noMswazi nathi, “Malambule phambili!”

!<– wp:heading –>

Umlando wakwa Madonsela

Umlando waka Madonsela asikabi nawo. Uma ngabe kukhona okwaziyo ngomlando wakwa Madonsela besicela usazise ngokushiya i’comment ngezansi. Singalujabulela kakhulu ulwazi lwakho.

Siwabelana ngolwazi (Sharing is caring)

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *