Lushozi

Izithakazelo zakwa Lushozi

Mnganga
Mpangazitha
Mthiya ngokuthiya abathakathi wathiya neyifunda
Nina belala, elalala nomunwe engquza lavuka lawuncinda lawukhombisilanga.
Khuluse ka Sogodi
Shengelomuntu
Manzini
Ndawombi Gidelankomo
Mnganga ofehlezela okweyhlabathi zolwandle
Mdlamofu awathi udlanyamatane kanti udlisilwane esingadliwa
Mnganga omkhulu

Izithakazelo zakwa Lushozi
Izithakazelo zakwa Lushozi

Umlando wakwa Lushozi

Umlando waka Lushozi asikabi nawo. Uma ngabe kukhona okwaziyo ngomlando wakwa Lushozi besicela usazise ngokushiya i’comment ngezansi. Singalujabulela kakhulu ulwazi lwakho.

Sihwebelana ngolwazi (Sharing is caring)

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *