Langa

Izithakazelo zakwa Langa

Sothole
Sodumase
Madevu aqgabul’inkomishi
Phokophalala mnikolusha ngoba oludala lumbangela isilungulelo
Shiy’abantu
Nyongo yendlovu
Madl’umlenze adele isidumbu
Madubandlela
Ngwane
Mcwayi
Gubhazi
Mlindeli
Somaphunga
Mdlaka

Umlando wakwa Langa

Umlando waka Langa asikabi nawo. Uma ngabe kukhona okwaziyo ngomlando wakwa Langa besicela usazise ngokushiya i’comment ngezansi. Singalujabulela kakhulu ulwazi lwakho.

Sihwebelana ngolwazi (Sharing is caring)

1 thought on “Langa”

  1. Abaka langa baphuma kamkhize ngokwazwa kwami kwabadala kanjani na?kwakunezimpi kudala kushawa abantu bakamkhize embo ,laba bakamkhize babaleka bathi sobona ilanga liphuma ukuthi siyaphi

    Kanti vele kunenkosi ulanga lasembo bAsala sebezibiza ngayonke inkosi ilanga

    Abantu baka langa badabuka embo ikhehla elibazalayo uBHANANA .NOGUGUYI

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *