Khuzwayo

Izithakazelo zakwa Khuzwayo

Gumede,
Qwabe,
Mnguni kaYeyeye,
Khondlo,
OSidlabehlezi bakaPhakathwayo
Abathi bedla, bebebeyenga umuntu ngendaba,
Bethi, “Dluyeya ngenhlana, umalokazana ubeyethe, kayikhuni sidingida yoyodaba!” 
Kanti bahlinz’imbuzi,
Malandela, ngokulandel’ izinkomo zamadoda,
Phakathwayo!

!<– wp:heading –>

Umlando wakwa Khuzwayo

Umlando waka Khuzwayo asikabi nawo. Uma ngabe kukhona okwaziyo ngomlando wakwa Khuzwayo besicela usazise ngokushiya i’comment ngezansi. Singalujabulela kakhulu ulwazi lwakho.

Siwabelana ngolwazi (Sharing is caring)

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *