Khumbuza

Izithakazelo zakwa Khumbuza

Ndosi,
Nombedu, 
Nkomo kayivuswa,
Nkom’isengwa ilele,
Wayisenga imile iyakhahlela, 
Squnga esihle esingahlalwa nyoni,
Siqunga esizalela amasakabula 
Mkhokheleli owakhokhela isizwe ekugqilazweni, 
Dubandlela! 
Vico akagezanga,
Obuye nensil’emfuleni,
Ngob’ethembe ukugeza ngobisi,
Magaye ongangolwandle!

!<– wp:heading –>

Umlando wakwa Khumbuza

Umlando waka Khumbuza asikabi nawo. Uma ngabe kukhona okwaziyo ngomlando wakwa Khumbuza besicela usazise ngokushiya i’comment ngezansi. Singalujabulela kakhulu ulwazi lwakho.

Siwabelana ngolwazi (Sharing is caring)

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *