Khoza

Izithakazelo zakwa Khoza

Mlotshwa, 
Msuthu,
Mkhathini,
S’phan’abantwana,
Ndlel’ehamb’ekhaya,
Eyanqamula kwaMlandakazi, 
Mancencence,
Hlabisa odlulayo,
Ngoba olele akahlatshiswa,uyidla aze ayiqede,
Wena wakaMpahl’emhlophe,
Ingaba bomvu isiyonake,
Ntshingwayo,
Mangena, Mlilo,
Skotana,Mabona,
Nomageja, Sokhabase,
Ntshamase,
Ndlandla!

!<– wp:heading –>

Umlando wakwa Khoza

Umlando waka Khoza asikabi nawo. Uma ngabe kukhona okwaziyo ngomlando wakwa Khoza besicela usazise ngokushiya i’comment ngezansi. Singalujabulela kakhulu ulwazi lwakho.

Siwabelana ngolwazi (Sharing is caring)

2 thoughts on “Khoza”

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *