Kheswa

Izithakazelo zakwa Kheswa

Mnguni,
Nozulu liyasa liyasibekela,
Mngun’omuhle wakwaMchumane,
Mpofane,
Mchumane ,ngelengele, 
Liyasa liyasibekela,
Nozulu, Mpangazitha,
Maqhaqhambi wezulu eliphezulu,
Izimpofana zawela uThukela nomlazane onameva,
Neza Nimachochombela njengekwindla,
USuthu Oluzalela izinja lungazalela izinzule luyahlanya!

!<– wp:heading –>

Umlando wakwa Kheswa

Umlando waka Kheswa asikabi nawo. Uma ngabe kukhona okwaziyo ngomlando wakwa Kheswa besicela usazise ngokushiya i’comment ngezansi. Singalujabulela kakhulu ulwazi lwakho.

Siwabelana ngolwazi (Sharing is caring)

1 thought on “Kheswa”

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *