Jili

Izithakazelo zakwa Jili

Masengwa
Qabase
Vilakazi
Mphephethwa
Nkom’esengw’ilele ngoba uma imile iyakhaba
Nomjoli
Binda
Ntombi engaqomi kwaJili iyogana impaka nesikhova
Gqagqangene

Umlando wakwa Jili

Umlando waka Jili asikabi nawo. Uma ngabe kukhona okwaziyo ngomlando wakwa Jili besicela usazise ngokushiya i’comment ngezansi. Singalujabulela kakhulu ulwazi lwakho.

Sihwebelana ngolwazi (Sharing is caring)

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *