Jeza

Izithakazelo zakwa Jeza

Jeza
Mabasa
Mtumaseli
Mabele made
Wena wancisa ingane ngaphesheya komfula
Wena wasesphudini
Mvoti kambali emila emafusini
Thabisa

Umlando wakwa Jeza

Umlando waka Jeza asikabi nawo. Uma ngabe kukhona okwaziyo ngomlando wakwa Jeza besicela usazise ngokushiya i’comment ngezansi. Singalujabulela kakhulu ulwazi lwakho.

Sihwebelana ngolwazi (Sharing is caring)

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *