Izithakazelo zakwaMdluli (Original)

Mdluli Ngendlela, Dlakadla kaMalinga, Malinga kaMafu, Mdluli kaMngomezulu, Mthombeni, Msuthu, Msuthu Wasenhla, Nkabanhle, Nkabayenkosi, Shayishayi.

Phela uMdluli wokuqala okwavela ngaye isibongo wayezalwa yinkosi uMngomezulu kaMsuthu uMthombeni/Mothopeng. Abanye oMdluli abehlukene bavela ngokuqembuka nokusabalala kwabantu bozalo bephuma khona endlunkulu yakwaMngomezulu eNkungwini eNgwavuma.

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *