Hlomuka

Izithakazelo zakwa Hlomuka

Ngidi
Bophela
Busane
Fuyane
Mazinga
Mlalazi kaNoxhaka
Laka lathengwa ngembuzi
Imbuzi kwakungeyempongo
Wena bhaka laseMakhasi
Wena nyoka zakhwela emthini zingenanyawo
Wena nkomo zehla ngelengiso estikini
Wen’okandunu mabukwa yombili abasezitheni nabasekhaya
Dlokwe lendlovu
Jiji Mankononkono
Geza ngenhla abafokazana begeza ngezansi
Mnguni

Umlando wakwa Hlomuka

Umlando waka Hlomuka asikabi nawo. Uma ngabe kukhona okwaziyo ngomlando wakwa Hlomuka besicela usazise ngokushiya i’comment ngezansi. Singalujabulela kakhulu ulwazi lwakho.

Sihwebelana ngolwazi (Sharing is caring)

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *