Goqo

Izithakazelo zakwa Goqo

Ndaba,
Mwelase ongaweli ngazibuko owela ngezimpambosi zomfula, 
Nomvikela kaNokulamba kaDelwa,
Sobahle, Dubandlela
Ndongadilika kuphuz’izimpohlo,
Godo olungahlalwa nyoni oluhlalwa amankankane kuphela, 
Amalala amahle alalanomunwe endunu avuka awuncinda akhomba ilanga,
Lwembu olumahwatha othi ungaluthinta luhwathabale!

!<– wp:heading –>

Umlando wakwa Goqo

Umlando waka Goqo asikabi nawo. Uma ngabe kukhona okwaziyo ngomlando wakwa Goqo besicela usazise ngokushiya i’comment ngezansi. Singalujabulela kakhulu ulwazi lwakho.

Siwabelana ngolwazi (Sharing is caring)

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *