Gasa

Izithakazelo zakwa Gasa

Gasa – Nomdayi – Phingoshe – Sokwalisa – Msomi – Meyiwa – Thabela – Vezi – Nophacwa
Wena owaphica Umfazi kwasa ekuseni kwazekwa indaba
Onondabula zixuku zakoNdwandwe
Wena owehla ngomzungulu wasala wabola
Mndayi!

Izithakazelo zakwa Gasa

Umlando wakwa Gasa

Umlando wakwa Gasa besingakabi nawo, uma ngabe unolwazi ngomlando wakwa Gasa besicela ushiye i-comment ngezansi.

2 thoughts on “Gasa”

  1. Mchazeleni Gasa…. awuyilungise phela mf2 singadwanguzi ehlane bekhona abaziyo mina nje nguGasa ngfuna ukwaz kahle izithakazelo zakit

  2. Mchazeleni Gasa

    Cha ngiyala, angivumi: Lesithakazelo akusona esakwaGasa, kodwa esasemaSomini futhi ngakhona asiphelelanga. Yebo uGasa noMsomi umuntu oyedwa kodwa Lesithakazelo sabo kukhona lapho sahlukana khona. Iningi labatwana bakwaGasa noMsomi bagcina sebesho into okungeyiyo.. Mina ngiyaphika ngicela nisinike okuyikho.

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *