Gabela

Izithakazelo zakwa Gabela

Mkhondo,
Mpangazitha,
Mahlasela,
Vezi kanoNene,
Uvezi akangakanani ngoba nasentendeni yesandla uyenela,
Zikhundl`ezimbili, esokulala nesokuthamela,
Nina bakonkomo zeza nomungu njengamabele,
Maqomboli kakhohlwa zindlela abadala zibakhohliwe,
Wena wakasilengela ntabeni engakhe ntabeni,
Nsele kaLinda mkhonto!Email ThisBlogThis!Share to TwitterShare to FacebookShare to Pinterest

!<– wp:heading –>

Umlando wakwa Gabela

Umlando waka Gabela asikabi nawo. Uma ngabe kukhona okwaziyo ngomlando wakwa Gabela besicela usazise ngokushiya i’comment ngezansi. Singalujabulela kakhulu ulwazi lwakho.

Siwabelana ngolwazi (Sharing is caring)

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *