Dlamini

Izithakazelo zakwa Dlamini

Sibalukhulu-Mdlovu-Magaduzela
Magaga kaNsele
Wena owashisa umuntu ngesikhuni esibunjini kwaze kwasa eyobayoba
Mgoqo ovimba esangweni nansi impi
Izwe lafa ngathini na?
Wena owabonela empunzini ukuthi kuyabalekwa ngoba yona yabaleka yaziphonsa ocingweni
Mdzineka
Magaduzela
Sihlangu sinye
wena waka Fodzo KaNombewu kaMakata
Miskofin
Sobhuza
Buhlal’obudze

Izithakazelo zakwa Dlamini
Izithakazelo zakwa Dlamini

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *