Chonco

Izithakazelo zakwa Chonco

Gambushe,
Shay’imamba,
Nyongande ziy’emhlubulweni,
Mabhala ngozipho abanye bebhala ngamapensela,
Wen’ohlab’inkomo wathi iyagxuga kant’uthand’inyama,
Mfomubi!

Umlando wakwa Chonco

Umlando waka Chonco asikabi nawo. Uma ngabe kukhona okwaziyo ngomlando wakwa Chonco besicela usazise ngokushiya i’comment ngezansi. Singalujabulela kakhulu ulwazi lwakho.

Siwabelana ngolwazi (Sharing is caring)

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *