Chiliza

Izithakazelo zakwa Chiliza

Mdunge,
Chiliza,
Shabalala,
Zisuka zibekwa,
Bhoyiya,
Mdzakudza,
Hlule hlophe,
Wena owadunga amanzi baphuza abafokazana,
Dunge elihle, dunge elimhlophe!
Mkhathini,
Ngubonduna!

Umlando wakwa Chiliza

Umlando waka Chiliza asikabi nawo. Uma ngabe kukhona okwaziyo ngomlando wakwa Chiliza besicela usazise ngokushiya i’comment ngezansi. Singalujabulela kakhulu ulwazi lwakho.

Siwabelana ngolwazi (Sharing is caring)

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *