Cele

Izithakazelo zakwa Cele

Ndosi,
Nombedu, 
Khumbuza,
Nkomo kayivuswa,
Nkom’isengwa ilele,
Wayisenga imile iyakhahlela, 
Squnga esihle esingahlalwa nyoni,
Siqunga esizalela amasakabula 
Mkhokheleli owakhokhela isizwe ekugqilazweni, 
Dubandlela,
Vico akagezanga,
Obuye nensil’emfuleni,
Ngob’ethembe ukugeza ngobisi,
Magaye,
Magaye ongangolwadle!

Umlando wakwa Cele

Umlando waka Cele asikabi nawo. Uma ngabe kukhona okwaziyo ngomlando wakwa Cele besicela usazise ngokushiya i’comment ngezansi. Singalujabulela kakhulu ulwazi lwakho.

Siwabelana ngolwazi (Sharing is caring)

3 thoughts on “Cele”

  1. Angibingelele..ngiye ngizwe kuthiwa thina bakwa Cele sihlobene noMthethwa noNgwazi..ngabe kuliqiniso?..uma kuyilo ngsacela incazelo.

    Ngiyabonga.

    1. Ngisacela ukubazu ukuthi uzithathephi lezithakazelo ngoba o Mande ubashiye ngapbandle

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *