Blose

Izithakazelo zakwa Blose

Ndelu
Madiba
Dimba
Duma
Mseleku
Phonsel ‘obusuMajonjobela oThunga ligcwala lingethiwanga ligcwala ukuhlakanipha
Bohlela
Noncengwa, Wena owancengwa izintombi zathi “sicela usishade Blose”
Chobile, Wena owachoba izintwala zenkosazana
Shinga, Akushinganga mina kwashinga isibongo

Izithakazelo zakwa Blose

Umlando wakwa Blose

Umlando waka Blose asikabi nawo. Uma ngabe kukhona okwaziyo ngomlando wakwa Blose besicela usazise ngokushiya i’comment ngezansi. Singalujabulela kakhulu ulwazi lwakho.

Sihwebelana ngolwazi (Sharing is caring)

1 thought on “Blose”

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *