Bhebhe

Izithakazelo zakwa Bhebhe

Makhedama
Soyengwase
Nina bakaBhebhe kaMthendeka
Nina bakaSoqubele onjengegundane
Nina baseSiweni
KwaMpuku yakwaMselemusi
KwaNogwence webaya
Dlomo weNdl’ende
Sihlangu samavaka seswel’ababhemu
Wen’owalala nomunw’endunu, wavuka wawuncinda wawukhomb’ilanga
Makhul’emini abafokazana bekhul’ebusuku
Zingwazi zempi yakwaNdunu
Njoman’eyaduk’iminyakanyaka
Yatholakal’onyakeni wesine
Yabuye yatholakala ngowesikhombisa
Langeni
Owavela elangeni

Umlando wakwa Bhebhe

Umlando waka Bhebhe asikabi nawo. Uma ngabe kukhona okwaziyo ngomlando wakwa Bhebhe besicela usazise ngokushiya i’comment ngezansi. Singalujabulela kakhulu ulwazi lwakho.

Sihwebelana ngolwazi (Sharing is caring)

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *